ngathi: “Nkulunkulu wami, nginamahloni, ngihlazeke kakhulu, ngesaba ngisho ukubheka kuwe, Nkulunkulu wami, ngokuba izono zethu sezedlula amakhanda ethu, necala lethu selifinyelela emazulwini.
AmaHubo 38:5 - IsiZulu 2020 Izilonda zami zichicha ubomvu, ziyanuka, ngenxa yobuwula bami. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Izilonda zami ziyanuka, zichicha ubovu ngenxa yobuwula bami. Contemporary Zulu Bible 2024 Amanxeba ami ayanuka, awonakele ngenxa yobuwula bami. |
ngathi: “Nkulunkulu wami, nginamahloni, ngihlazeke kakhulu, ngesaba ngisho ukubheka kuwe, Nkulunkulu wami, ngokuba izono zethu sezedlula amakhanda ethu, necala lethu selifinyelela emazulwini.
Ubusisiwe okhethwe nguwe, wamsondeza ukuba ahlale emagcekeni akho. Siyosuthiswa ngokuhle okuvela endlini yakho, ithempeli lakho elingcwele.
Alikho yini ibhalisamu kwaGileyadi na? Ayikho yini inyanga lapho na? Pho abelashwa ngani abantu bami na?