UJehu wathi kuBhidikhari, induna yakhe: “Mthathe, umphonse esiqintini sezwe likaNabothi waseJizreyeli. Khumbula ukuthi ngesikhathi mina nawe sigibele silandela u-Ahabi, uyise, uSimakade walusho lolu daba ngaye,
AmaHubo 37:10 - IsiZulu 2020 Kusazothatha isikhashana engabe esababikho omubi, uyothi lapho uhlola indawo abe kuyo, ungamfumani. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kuse ngumzuzwana, omubi angabe esabakho; kuyakuthi lapho uhlola indawo yakhe, uyakube engasekho. Contemporary Zulu Bible 2024 Kusengumzuzwana, omubi abe engasekho; yebo, kufanele ubhekisise indawo yakhe, futhi ngeke kube khona. |
UJehu wathi kuBhidikhari, induna yakhe: “Mthathe, umphonse esiqintini sezwe likaNabothi waseJizreyeli. Khumbula ukuthi ngesikhathi mina nawe sigibele silandela u-Ahabi, uyise, uSimakade walusho lolu daba ngaye,
Base bemphanyeka esigxotsheni sokuphanyeka, uHamani ayekade esilungiselele uMoridekhayi. Yayisibohla intukuthelo enkosini.
ukuthi ukujabula kwezikhohlakali kufushane, nokuthokoza kwabangenankulunkulu kungokomzuzwana nje na?
Bayaphakanyiswa okwesikhashana, babuye bashabalale; bayabuna, banqunywe njengamazimba.
Awusithetheleli ngani isiphambeko sami, ususe isono sami na? Ngokuba manje ngiyakulala phansi othulini, uyakungifuna, kepha angiyukuba bikho.”
Qha, uyabona ukuthi abahlakaniphileyo bayafa, nokuthi isiwula nesiphukuphuku siyabhubha; umcebo wabo bawushiyele abanye.
Kepha uNkulunkulu uzokuqumba phansi kuze kube phakade; uzokubamba, akukhiphe ethendeni lakho, akusiphule nasezweni labaphilayo. Sela
Kepha ukuphela kwezinto zonke sekusondele, ngakho zikhuzeni, nizithibe, ukuze nikhuleke.