AmaHubo 36:11 - IsiZulu 2020 Unyawo lozidlayo lungifihlize, noma isandla somubi singixoshe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Unyawo loziqhenyayo malungangifikeli; nesandla somubi masingangixoshi. Contemporary Zulu Bible 2024 Unyawo oluzidlayo malungangifikeli, isandla somubi singangisusi. |
Abazikhukhumezayo bangiqambela amanga; ngizozigcina ngenhliziyo yami yonke iziyalezo zakho.
Ngiyohlala njalo ngibheke kuwe Simakade, ngokuba Wena ungakwesokunene sami, angiyukuzanyazanyiswa.
NguYena kuphela oyidwala lami, nensindiso yami, nenqaba yami; angiyukunyakaziswa.
Ngiyoyibeka esandleni sabakuhluphayo, abathi kuwe: ‘Khothama, sihambe phezu kwakho;’ abenze umhlane wakho waba njengomhlabathi, nanjengomgwaqo kulabo abedlulayo.”
Manje-ke, mina Nebukhadinezari ngiyatusa, ngiyaphakamisa, ngidumisa iNkosi yezulu, ngokuba yonke imisebenzi yayo iyiqiniso, nezindlela zayo zingubulungiswa; inamandla okubathobisa abahamba ngokuzidla.