U-Absalomu nabo bonke abantu, amadoda akwa-Israyeli, bafika eJerusalema, u-Ahithofeli wayenabo.
AmaHubo 3:1 - IsiZulu 2020 Simakade, ziningi izitha zami. Baningi abangivukelayo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Hhawu, Jehova, ziningi izitha zami. Baningi abangivukelayo. Contemporary Zulu Bible 2024 Ihubo likaDavide, lapho ebalekela u-Abisalomu indodana yakhe. Jehova, yeka ukuthi baningi abangihluphayo; baningi abangivukelayo. |
U-Absalomu nabo bonke abantu, amadoda akwa-Israyeli, bafika eJerusalema, u-Ahithofeli wayenabo.
Bonakalisa uthando lwakho olungapheliyo, Wena osindisa ngesokunene sakho abaphephela kuwe kulabo ababavukelayo.
“Umuntu uyakumkhaphela ekufeni umfowabo, noyise akhaphele umntwana wakhe. Abantwana bayakuvukela abazali, bababulale.
Abantu bonke baphendula, bathi: “Igazi lakhe malibe phezu kwethu naphezu kwabantwana bethu.”
Wonke lawo makhosi ayihlanganisa impi yawo, eza, akanisa ndawonye ngasemanzini eMerome, ukuba alwe no-Israyeli.