kodwa udumo lwami uluphakamise lwanjengophondo lwenyathi, ngagcotshwa ngamafutha amasha.
AmaHubo 29:6 - IsiZulu 2020 ILebhanoni alenze litshekule njengenkonyane, neSiriyoni, njengethole lenyathi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ILebanoni ulitshekulisisa okwenkonyane, neSiriyoni njengethole lenyathi. Contemporary Zulu Bible 2024 Futhi uyabenza bagxume njengethole; ILebanoni neSiriyoni njengenyathi encane. |
kodwa udumo lwami uluphakamise lwanjengophondo lwenyathi, ngagcotshwa ngamafutha amasha.
IHermoni, abakwaSidoni bayibiza ngokuthi yiSiriyoni; ama-Amori wona ayibiza ngokuthi yiSeniri,
Ngase ngibona isihlalo sobukhosi esikhulu esimhlophe nohleli kuso; obuso bakhe babalekelwa yizulu nomhlaba, akwatholelwa ndawo.