Nkulunkulu, uyesabeka ezindaweni zakho ezingcwele, uNkulunkulu ka-Israyeli abantu bakhe ubapha amandla nezikhwepha. Makadunyiswe uNkulunkulu.
AmaHubo 29:1 - IsiZulu 2020 Mnikeni udumo uSimakade, nina zidalwa zezulu. Mnikeni uSimakade udumo, inkazimulo namandla. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Mnikeni uJehova, nina madodana kaNkulunkulu, mnikeni uJehova udumo namandla. Contemporary Zulu Bible 2024 Ihubo likaDavide. Mnikeni uJehova nina maqhawe, mnikeni uJehova inkazimulo namandla. |
Nkulunkulu, uyesabeka ezindaweni zakho ezingcwele, uNkulunkulu ka-Israyeli abantu bakhe ubapha amandla nezikhwepha. Makadunyiswe uNkulunkulu.
UNkulunkulu uyesabeka kakhulu emkhandlwini wabangcwele, umelwe ukuhlonishwa kakhulu yibo bonke abamzungezileyo.
Ngokuba isizwe nombuso okungeke kukukhonze kuyophela; yebo, lezo zizwe ziyakuqedwa nya.