AmaHubo 26:4 - IsiZulu 2020 Angihlali nabantu bamanga, angihambelani nezimbulu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Angihlali nabantu bamanga, angihambelani nezimbulu. Contemporary Zulu Bible 2024 Angihlalanga nabantu abayize, futhi angiyikungena nabakhohlisi. |
Ubusisiwe umuntu ongahambi ngeseluleko sababi, ongemi endleleni yezoni, ongabi mdibi munye nabaklolodayo,
Sukani kimi, nina enenza okubi, ngokuba mina ngizoyigcina imiyalo kaNkulunkulu wami.
Ohamba nabahlakaniphileyo uyakuhlakanipha, kepha ongumngani weziwula uyolimala.
Angihlalanga emhlanganweni wabahlekayo, futhi angizange ngithokoze; ngahlala ngedwa ngenxa yobunzima besandla sakho, ngokuba ungigcwalise ngentukuthelo.
Ngakho-ke: “Phumani phakathi kwabo, nehlukane nabo,” kusho iNkosi. “Ningathinti okungcolileyo; khona ngiyakunamukela,