Phakamisani amakhanda enu masango! Niphakame nani minyango yaphakade, ukuze iNkosi yenkazimulo ingene.
Phakamisani, masango, izinhloko zenu; nani minyango yaphakade, phakamani ukuba iNkosi yenkazimulo ingene.
Phakamisani amakhanda enu, O masango! phakamisani nina minyango yaphakade! futhi inkosi yodumo iyongena.
Yileli isango likaSimakade, olungileyo uyakungena ngalo.