Umzimba wakhe uyancunzeka, uphele emehlweni, amathambo akhe akade engabonakali ahlale obala.
AmaHubo 22:17 - IsiZulu 2020 Sengingawabala wonke amathambo ami. Bangigqolozela, beklibhiza. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngingabala onke amathambo ami; bayabukela, bangibuke bengiklibhizela. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngiyakwazi ukuwabala onke amathambo ami; bayangibona, bangigqolozele. |
Umzimba wakhe uyancunzeka, uphele emehlweni, amathambo akhe akade engabonakali ahlale obala.
Njengalokhu babebaningi abamangala ngayo, ubuso bayo babonakele kunobabantu, nesimo sayo, kunesamadodana abantu;
Kwakulandela isixuku esikhulu, kukhona nabesifazane ababemkhalela, bekhihla isililo.
Abantu bema, bebukela, kanti ababusi babemklolodela, bethi: “Wasindisa abanye; makazisindise Yena, uma enguKhristu, okhethiweyo kaNkulunkulu.”