Ngibacolisisa okothuli lupheshulwa yisiphepho, ngibashabalalisa okodaka emgwaqweni.
AmaHubo 2:1 - IsiZulu 2020 Kungani abezizwe benza ugobe, nabantu beceba okuyize na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kungani ukuba abezizwe baxokozele, nabantu bazindle ngokuyize na? Contemporary Zulu Bible 2024 Kungani abezizwe bexokozela, nabantu bacabange okuyize na? |
Ngibacolisisa okothuli lupheshulwa yisiphepho, ngibashabalalisa okodaka emgwaqweni.
Izizwe ziyaxokozela, imibuso iyazamazama; uphumisela izwi lakhe, umhlaba uncibilike.
Ungakhohlwa yizwi lezitha zakho, ukuxokozela kwabakuvukelayo kuya ngokuya kwenyukela.
Hlanganani zizwe, nishaqeke. Bekani indlebe nina mazwe akude: bophani izinkalo zenu, nokho niyodangala; yebo, bophani izinkalo zenu, kodwa niyakudangala.
“Kepha abalimi, beyibona indodana yakhe, bakhuluma bodwa, bathi: ‘Le yindlalifa; wozani siyibulale, sidle ifa layo.’
Isixuku sabavukela, izinduna zayalela ukuba bakhunyulwe izingubo, bashaywe ngezinduku.
Ayakulwa neWundlu; iWundlu liwanqobe, ngokuba liyiNkosi yamakhosi noMbusi wababusi, likanye nabanalo ababiziweyo balo, abakhethiweyo nabathembekileyo.”