Lwaze lwafika usuku lwamanqamu, mhla zilishumi nantathu ngenyanga u-Adari, olwalubhalwe esimemezelweni senkosi, usuku izitha zabaJuda ezazilumisele ukushaya icole ngalo kubaJuda, kanti kuzophenduka izikhuni, kube ngabaJuda abazobusa phezu kwazo.
AmaHubo 18:40 - IsiZulu 2020 Unikele ngezitha zami kimi, nabangizondayo ngabaqothula. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wangifulathelisela izitha zami, nabangizondayo ngabaqothula. Contemporary Zulu Bible 2024 Wanginika izintamo zezitha zami; ukuze ngibhubhise abangizondayo. |
Lwaze lwafika usuku lwamanqamu, mhla zilishumi nantathu ngenyanga u-Adari, olwalubhalwe esimemezelweni senkosi, usuku izitha zabaJuda ezazilumisele ukushaya icole ngalo kubaJuda, kanti kuzophenduka izikhuni, kube ngabaJuda abazobusa phezu kwazo.
Ukukhohlakala kwabo ukuphindisela kubo, uyobaqeda nya ngobubi babo; uSimakade uNkulunkulu wethu uyabaqeda.