Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AmaHubo 18:16 - IsiZulu 2020

USimakade welule isandla sakhe esezulwini, wangixhakathisa, wangidonsa, engikhipha ezikhukhuleni ezesabekayo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Waselula isandla sakhe ephezulu, wangibamba; wangikhipha emanzini amaningi.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Wathumela esezulwini, wangibamba, wangikhipha emanzini amaningi.

Uka jalj uñjjattʼäta



AmaHubo 18:16
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Waselula isandla sakhe ephezulu, wangibamba; wangikhipha emanzini amaningi.


Yelulela isandla sakho phezulu, ungikhulule, ungihlenge emanzini amaningi, nasesandleni sabafokazi


Wangikhulula kubantu abangivukelayo. Wangimisa ngaba yinhloko yezizwe, abantu engingabazi bangikhonza.


Makuthi bonke abethembekileyo bakhuleke kuwe ngesikhathi senhlupheko; impela isikhukhula esinamandla asiyukufinyelela kubo.


Uzothumela esezulwini, angisindise. Uyamsola ofuna ukungifihliza. Sela UNkulunkulu uzothumela umusa wakhe neqiniso lakhe.


Umntwana wakhula, wayesemyisa endodakazini kaFaro, waba yindodana yayo; yamqamba ngokuthi nguMose, ngokuba yathi: “Ngamkhipha emanzini.”


Ukhuza ulwandle, alomise, nemifula yonke ayishise, iBhashani neKharimeli kuyabuna, kuntshwame nezimbali eLebhanoni.


Yayisithi kimi: “Amazwi owabonileyo lapho bekuhleli khona isifebe, ngabantu, izixuku, izizwe nezilimi.