Phambili kuhamba abahlabeleli, emuva abashaya ugubhu, phakathi yizintombi ezishaya izigubhu.
AmaHubo 148:12 - IsiZulu 2020 nani zinsizwa nezintombi, nani maxhegu nabafana. IBHAYIBHELI ELINGCWELE nani zinsizwa nezintombi, nani maxhegu nabafana. Contemporary Zulu Bible 2024 Izinsizwa nezintombi; abadala nabantwana: |
Phambili kuhamba abahlabeleli, emuva abashaya ugubhu, phakathi yizintombi ezishaya izigubhu.
Emlonyeni wezingane nowabancelayo, umisile amandla ngenxa yezitha zakho, ukuze ushabalalise isitha nomphindiseli.
Intombi iyakuthokoza ngokusina, izinsizwa nabadala bajabule kanyekanye. Ngiyakuguqula ukukhala kwabo kube yinjabulo, ngibaduduze, ngibathokozise, bangabe besaba nosizi.
Laze labusiseka bo! Yeka ubuhle balo! Okusanhlamvu newayini kuyokwenza izinsizwa nezintombi babe yimiqemane.
Kuthe esesondele emehlelweni weNtaba Yeminqumo isixuku sonke sabafundi saqala ukuthokoza nokudumisa uNkulunkulu ngezwi elikhulu ngazo zonke izimangaliso esizibonileyo,