Bongani uSimakade, nina misebenzi yakhe yonke ezindaweni zonke zombuso wakhe. Mbonge uSimakade, mphefumulo wami.
AmaHubo 148:1 - IsiZulu 2020 Haleluya! Dumisani uSimakade ezulwini, nimdumise kweliphezulu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Haleluya! Dumisani uJehova ezulwini, nimdumise kweliphezulu. Contemporary Zulu Bible 2024 Dumisani uJehova. Dumisani uJehova ezulwini, nimdumise ezindaweni eziphakemeyo. |
Bongani uSimakade, nina misebenzi yakhe yonke ezindaweni zonke zombuso wakhe. Mbonge uSimakade, mphefumulo wami.
Simakade, izimangaliso zakho ziyodunyiswa ngamazulu, ukwethembeka kwakho, ebandleni labangcwele.
Jabulani mazulu, uthokoze nawe mhlaba, qhumukani zintaba, nihube, ngokuba uSimakade ubaduduzile abantu bakhe, unozwelo kwabahluphekileyo bakhe.
Izixuku ezazihamba phambili nezazimlandela zazimemeza zithi: “Hosana kuyo iNdodana kaDavide! Ubusisiswe ozayo egameni leNkosi. Hosana kweliphezulu!”