Israyeli, yethemba uSimakade kusukela manje kuze kube phakade.
Israyeli, yethemba uJehova kusukela kulesi sikhathi kuze kube phakade.
U-Israyeli makathembele kuJehova kusukela manje kuze kube phakade.
Kepha thina sizombonga uSimakade kusukela manje kuze kube phakade, Haleluya!
USimakade uyolondoloza ukuphuma kwakho nokungena kwakho, kusukela manje kuze kube phakade.
U-Israyeli makethembe uSimakade, ngokuba umusa ukuSimakade, nokukhulula konke kukuye.
Ubusisiwe lowo omsizi wakhe kunguNkulunkulu kaJakobe, othemba lakhe likuSimakade uNkulunkulu wakhe,
Thembani kuSimakade kuze kube phakade, ngokuba unguSimakade, yebo, uSimakade uyidwala elingunaphakade.