Lowo ohamba ekhala, ephethe imbewu, uyakubuya ngokuthokoza, ethwele izinyanda zakhe.
AmaHubo 129:7 - IsiZulu 2020 Ovunayo akagcwalisi ngabo isandla sakhe, nobopha izinyanda, izingalo zakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ovunayo akagcwalisi ngabo isandla sakhe, nobopha izinyanda izingalo zakhe. Contemporary Zulu Bible 2024 Umvuni angasigcwalisi isandla sakhe ngakho; nobophayo akadabuli isifuba sakhe. |
Lowo ohamba ekhala, ephethe imbewu, uyakubuya ngokuthokoza, ethwele izinyanda zakhe.
“Ngokuba bahlwanyele umoya, bayakuvuna isivunguvungu; uhlanga alunantshakaza, alukhiqizi mpuphu; uma luyikhiqiza, iyakushwabadelwa ngabafokazi.
Ohlwanyela imisebenzi yakhe yemvelo eyonakeleyo, uyakuvuna ukubhubha kuyo imvelo eyonakeleyo; kodwa ohlwanyela kuMoya, uyakuvuna ukuphila okuphakade kuMoya.