Ngokuba iyobusiswa kanjalo indoda emesabayo uSimakade.
Ngokuba bheka, kanjalo iyakubusiswa indoda emesabayo uJehova.
Bhekani, kanjalo umuntu owesaba uJehova uyakubusiswa.
USimakade uzobabusisa abamesabayo, abancane nabadala.
Zonke lezi zibusiso ziyokwehlela kuwe, kube ngezakho, uma ulalela izwi likaSimakade uNkulunkulu wakho.