waze wabona ngisho isizukulwane sesithathu sabantwana baka-Efrayimi; nabantwana bakaMakhiri indodana kaManase, wabagona ethangeni lakhe besanda kuzalwa.
AmaHubo 127:5 - IsiZulu 2020 Ibusisiwe indoda emgodla wayo ugcwele bona, abayukujabha lapho bekhuluma nezitha zabo esangweni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ibusisiwe indoda emgodla wayo ugcwele bona; abayikujabha lapho bekhuluma nezitha zabo esangweni. Contemporary Zulu Bible 2024 Uyajabula umuntu onomgodla wakhe ogcwele kubo; abayikuma benamahloni, kepha bayokhuluma nezitha esangweni. |
waze wabona ngisho isizukulwane sesithathu sabantwana baka-Efrayimi; nabantwana bakaMakhiri indodana kaManase, wabagona ethangeni lakhe besanda kuzalwa.
Ndodana yami, hlakanipha, uthokozise inhliziyo yami ukuze ngiphendule ongisolayo.