ngathi: ‘Uyokhuphuka ugcine lapha, kepha awuyukudlula, kulapho amaza akho aziqhenyayo azokuma khona’?
AmaHubo 124:5 - IsiZulu 2020 kwadlula phezu komphefumulo wethu amanzi anamandla. IBHAYIBHELI ELINGCWELE kudlule phezu komphefumulo wethu amanzi akhukhumeleyo. Contemporary Zulu Bible 2024 Amanzi aziqhenyayo adlula umphefumulo wethu; |
ngathi: ‘Uyokhuphuka ugcine lapha, kepha awuyukudlula, kulapho amaza akho aziqhenyayo azokuma khona’?
Aningesabi yini?” kusho uSimakade. “Anithuthumeli yini phambi kwami? Mina engibeke isihlabathi saba ngumkhawulo wolwandle, umngcele ophakade olungenakudlula kuwo na? Noma lungagubha amagagasi, alunakuwehlula, noma lungaduma, alunakuweqa.