Yileli isango likaSimakade, olungileyo uyakungena ngalo.
Yileli isango likaJehova; olungileyo uyakungena ngalo.
Leli sango likaJehova abalungileyo abayongena kulo.
Phakamisani, amakhanda enu masango! Niphakame nani minyango yaphakade, phakamani ukuze iNkosi yenkazimulo ingene.
Phakamisani amakhanda enu masango! Niphakame nani minyango yaphakade, ukuze iNkosi yenkazimulo ingene.
Vulani amasango ukuze isizwe esilungileyo esigcina iqiniso singene.