ngakho-ke inkemba ayiyukusuka endlini yakho kuze kube phakade, ngokuba ungedelele, wathatha umka-Uriya, umHithi, waba ngumkakho.’
AmaHubo 118:18 - IsiZulu 2020 USimakade wangijezisa kanzima, kodwa akanginikelanga ekufeni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJehova wangilaya nokungilaya, kodwa akanginikelanga ekufeni. Contemporary Zulu Bible 2024 INkosi yangijezisa kanzima, kodwa ayizange inginikele ekufeni. |
ngakho-ke inkemba ayiyukusuka endlini yakho kuze kube phakade, ngokuba ungedelele, wathatha umka-Uriya, umHithi, waba ngumkakho.’
Ngazika ngafinyelela ezisekelweni zezintaba, endaweni yabafileyo. Izinsika zomhlaba zangivalela phakade; kepha Wena, Simakade Nkulunkulu wami, wayophula impilo yami emgodini.
njengabangaziwa kanti saziwa kakhulu, njengabafayo kanti siyaphila, njengabashaywayo kanti asibulawa,