AmaHubo 118:1 - IsiZulu 2020 Bongani uSimakade ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bongani uJehova, ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade. Contemporary Zulu Bible 2024 Dumisani uJehova; ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade. |
Ngokuba uSimakade muhle, umusa wakhe umi phakade, nokwethembeka kwakhe, ezizukulwaneni ngezizukulwane.
Kepha umusa kaSimakade uphezu kwabamesabayo phakade naphakade, nokulunga kwakhe kubantwana babantwana,
umsindo wokujabula nowentokozo, izwi lomyeni nelikamakoti, izwi lalabo abathi: “ ‘ “Bongani uSimakade Wamabandla, ngokuba uSimakade muhle, umusa wakhe umi phakade.” “ ‘Kuyozwakala nezwi labaletha iminikelo yokubonga endlini kaSimakade, ngokuba izwe ngiyakukuguqula ukuthunjwa kwalo, liphinde libe njengakuqala,’ kusho uSimakade.