Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AmaHubo 117:2 - IsiZulu 2020

Ngokuba umusa wakhe kithina mkhulu, iqiniso likaSimakade limi ingunaphakade. Haleluya!

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Ngokuba umusa wakhe mkhulu kithina; iqiniso likaJehova limi phakade. Haleluya!

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Ngokuba umusa wakhe mkhulu kithina, nokuthembeka kukaJehova kumi phakade. Dumisani uJehova.

Uka jalj uñjjattʼäta



AmaHubo 117:2
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngokuba njengokuphakama kwezulu phezu komhlaba, unjalo umusa wakhe phezu kwabamesabayo.


owenze izulu nomhlaba, nolwandle, nakho konke okukulo, ogcina iqiniso kuze kube phakade.


Kuyakuhlangabezana umusa neqiniso, kwangane ukulunga nokuthula.


Ngizohlabelela ngomusa kaSimakade kuze kube phakade, ngomlomo wami, ngazise izizukulwane ngezizukulwane ukwethembeka kwakho.


Wena Simakade unguNkulunkulu wami; ngizokuphakamisa ngilidumise igama lakho, ngokuba wenze izimangaliso ezacetshwa emandulo, ngokwethembeka nangeqiniso.


Uyakwethembeka kuJakobe ube nomusa ku-Abhrahama owafunga ngawo kobaba ezinsukwini zasemandulo.


UJesu wathi: “Mina ngiyindlela, neqiniso, nokuphila; akakho oza kuBaba ngaphandle kwami.


UJesu weza ngamanzi wabhabhadiswa, akubanga ngamanzi qha, kodwa kwaba nangegazi lakhe, lokhu noMoya oNgcwele uyafakaza ngalokho, ngokuba unguMoya weqiniso.