Mazibe yingcosana izinsuku zakhe, isikhundla sakhe sithathwe ngomunye.
Izinsuku zakhe mazibe yingcosana, omunye athathe isikhundla sakhe.
Izinsuku zakhe mazibe yingcosana; omunye abambe isikhundla sakhe.
Wena Nkulunkulu uzobaphonsa emgodini ojulileyo abantu abomele igazi nabakhohlisayo; izinsuku zabo zokuphila aziyukuba ngisho nayingxenye yazo, kodwa mina ngizokwethemba Wena.
Waziphonsa ethempelini izinhlamvu zesiliva, wahamba; esehambile, wazikhunga.