AmaHubo 109:30 - IsiZulu 2020 USimakade ngiyombonga ngomlomo wami, ngimdumise esixukwini. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngiyakumbonga uJehova ngomlomo wami, ngimdumise esixukwini. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngizamdumisa kakhulu uJehova ngomlomo wami; yebo, ngiyakumdumisa phakathi kwesixuku. |
Makadunyiswe uSimakade! Ngiyakumbonga uSimakade ngenhliziyo yami yonke enhlanganweni nasebandleni labaqotho.
Wonke amakhosi omhlaba mawakubonge, Simakade, ngokuba ezwile amazwi omlomo wakho.
Ngizokumnika uSimakade izibongo ezifanele ukulunga kwakhe, ngilihubele indumiso igama likaSimakade Ophezukonke.
Ngiyakumbonga uSimakade ngenhliziyo yami yonke; ngilande ngazo zonke izimangaliso zakho.
ethi: “Ngizakushumayela igama lakho kubafowethu, ngikuhubele phakathi kwebandla,”