Enyuka izintaba, ehla izigodi, aze afika endaweni owawuyimisele wona.
Bakhuphukela ezintabeni; behlela ezigodini endaweni obalungisele yona.
Amanzi aya ngokuya ehla. Kwathi lulunye ngenyanga yeshumi, kwaqala kwabonakala iziqongo zezintaba.
Uqoqela ndawonye amanzi olwandle kube sengathi asembizeni, utwa uluqoqela ezinqolobaneni.
Zingakasekelwa izintaba nangaphambi kokuba amagquma abe khona, ngazalwa,