UNkulunkulu wamkhumbula uNowa nazo zonke izilwane ezazinaye emkhunjini, ezifuywayo nezasendle. Wayesethumela umoya wavunguza phezu komhlaba, amanzi aya ngokuya ebohla.
AmaHubo 104:7 - IsiZulu 2020 Ngokukhuza kwakho abaleka, ngezwi lokuduma kwakho ashesha asuka. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokukhuza kwakho abaleka, ngezwi lokuduma kwakho ashesha asuka. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngaphambi kokusola kwakho abaleka; ngezwi lokuduma kwakho zashesha zasuka. |
UNkulunkulu wamkhumbula uNowa nazo zonke izilwane ezazinaye emkhunjini, ezifuywayo nezasendle. Wayesethumela umoya wavunguza phezu komhlaba, amanzi aya ngokuya ebohla.
Ngenkathi Wena, Simakade, uzithethisa, lapho uzifutha ngamakhala akho, umphefumulo wakho uziqumbe phansi. Izinzulu zolwandle zavela obala, nezisekelo zomhlaba zaba kwabha.
Izwi lokuduma kwakho lisesiphephweni, imibani yakhanyisa izwe, umhlaba wandindizela, wazamazama.
Lapho enza isibhakabhaka phezulu siqine, nangesikhathi imithombo yezinzulu iphuphuma ngamandla;
Wayesevuka, wawukhuza umoya, wathi kulo ulwandle: “Thula, uthi du.” Umoya wawusuthula, kwaba nokuthula okukhulu.