Kepha mina ngiyakungena endlini yakho, ngenxa yobuningi bomusa wakho, ngikhothame ngokuthobeka ethempelini lakho elingcwele.
AmaHubo 101:7 - IsiZulu 2020 Akukho namunye owenza inkohliso, oyohlala endlini yami, namunye oqamba amanga, oyokuma phambi kwamehlo ami. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Osebenza ukukhohlisa akayikuhlala endlini yami; okhuluma amanga akayikuma phambi kwamehlo ami. Contemporary Zulu Bible 2024 Ophambayo makangahlali endlini yami; oqamba amanga akayikulibala phambi kwamehlo ami. |
Kepha mina ngiyakungena endlini yakho, ngenxa yobuningi bomusa wakho, ngikhothame ngokuthobeka ethempelini lakho elingcwele.
Ulimi lwakho luhlale lusongoza amacebo amabi, njengensingo ebukhali, wena menzi wobubi,
Isandla sami siyakumelana nabaphrofethi ababona okuyize nababhula amanga. Abayukuba semkhandlwini wabantu bami, ngeke balotshwe encwadini yendlu yakwa-Israyeli, futhi abayukungena ezweni lakwa-Israyeli, niyakukwazi ukuthi Mina ngiyiNkosi uSimakade.
ukuba athathe indawo kulo msebenzi nobuphostoli obulaxazwe nguJuda, waya endaweni yakhe.”