Insali yabalekela emzini e-Afeki; ugange lwawela phezu kwamadoda ayizi-27 000 ayesele. UBheni Hadadi wabalekela emzini, ukuyobhaca.
AbAhluleli 9:40 - IsiZulu 2020 U-Abhimelekhi wamxosha, wabaleka phambi kwakhe. Abaningi bawa belimele kwaze kwaba sekungeneni esangweni lomuzi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE U-Abimeleki wamxosha, wabaleka phambi kwakhe, kwawa abaningi bekhutshaziwe kwaze kwaba sesikhaleni sesango. Contemporary Zulu Bible 2024 U-Abimeleki wamjaha, wabaleka phambi kwakhe; abaningi bawiswa belimele kwaze kwaba sekungeneni kwesango. |
Insali yabalekela emzini e-Afeki; ugange lwawela phezu kwamadoda ayizi-27 000 ayesele. UBheni Hadadi wabalekela emzini, ukuyobhaca.
U-Abhimelekhi wahlala e-Aruma, uZebhuli wamxosha uGali nezihlobo zakhe, ukuze bangaphinde bahlale eShekhemi.