Silala unyendle emizini, ezindaweni ezinamathunzi, ukuze sibulale ongenacala; amehlo aso abheke labo abangenamandla.
AbAhluleli 9:25 - IsiZulu 2020 Ngenxa yobutha kuye, izikhulu zaseShekhemi zabeka ezicongweni zezintaba abantu ukuba bamlalele unyendle. Bagebenga bonke ababedlula ngaleyo ndlela; kwabikwa lokho ku-Abhimelekhi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE AbaseShekemi bambekela abaqamekeli eziqongweni zezintaba, baphanga bonke ababedlula kubo ngaleyo ndlela; kwabikwa ku-Abimeleki. Contemporary Zulu Bible 2024 Abantu baseShekemi esiqongweni sezintaba bammisele amanga, baphanga bonke ababehamba ngendlela, kwabikwa ku-Abimeleki. |
Silala unyendle emizini, ezindaweni ezinamathunzi, ukuze sibulale ongenacala; amehlo aso abheke labo abangenamandla.
ewayalile, wathi: “Niyakugwaca ngemuva komuzi, ningayi kude nawo, kodwa nihlale nonke niqaphile.
Lokho kwenzeka ukuze kuphindiseleke unya alwenza emadodaneni kaJerubhali angama-70, nokuba igazi lawo libe phezu komfowabo u-Abhimelekhi, owawabulalayo, naphezu kwezakhamuzi zaseShekhemi ezenza abe namandla okubulala abafowabo.
Kwathi lapho uGali, indodana ka-Ebhedi, ethuthela eShekhemi nezihlobo zakhe, izakhamuzi zaseShekhemi zethembela kuye.