Kungenxa yalokho-ke abakwa-Israyeli bengawudli umsipha onamathele ethebeni lenyonga kuze kube namuhla, ngokuba uJakobe wathintwa lapho.
AbAhluleli 8:8 - IsiZulu 2020 Wenyuka lapho waya ePhenuweli, nakubo wabacela okufanayo, abantu basePhenuweli bamphendula njengabantu baseSukhothi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wenyuka lapho, waya ePhenuweli, wakhuluma kubo ngokunjalo; abantu basePhenuweli bamphendula njengabantu baseSukoti bebephendulile. Contemporary Zulu Bible 2024 Wenyuka lapho, waya ePhenuweli, wakhuluma kubo ngokunjalo; abantu basePhenuweli bamphendula njengalokho bamphendula abantu baseSukoti. |
Kungenxa yalokho-ke abakwa-Israyeli bengawudli umsipha onamathele ethebeni lenyonga kuze kube namuhla, ngokuba uJakobe wathintwa lapho.
UJerobhowamu wakha iShekhemu ezintabeni kwa-Efrayimi, wahlala kulo; wedlula lapho wayokwakha nePhenuweli.
‘Qalekisani iMerozi,’ kusho ingelosi kaSimakade; ‘ziqalekiseni kabi izakhamuzi zalo, ngoba azizanga ukuzosiza uSimakade, ukuzosiza uSimakade elwa nesiqhwaga.’
Ngisithathe yini isinkwa sami, namanzi ami, nenyama engikuhlabele abagundi bami, ngikuphe abantu engingabazi ukuthi bavelaphi na?”