AbAhluleli 8:26 - IsiZulu 2020
Isisindo samacici egolide ayewacelile saba yi-1 700 amashekeli egolide, ngaphandle kwemihlobiso enhlobonhlobo nezingubo ezibukhwebezane ezazembathwa ngamakhosi akwaMidiyani, nemigexo eyayisezintanyeni zamakameli abo.
Uka jalj uñjjattʼäta
Isisindo samacici egolide awacelayo sasingamashekeli* ayinkulungwane namakhulu ayisikhombisa egolide, ngaphandle kwezimbedu ezinjengenyanga, neziqhaza, nezingubo ezibubende ezazembethwe ngamakhosi akwaMidiyani, nangaphandle kwamaketanga ayesezintanyeni zamakamela awo.
Uka jalj uñjjattʼäta
Isisindo samacici egolide awawacelayo sasingamashekeli ayinkulungwane namakhulu ayisikhombisa egolide; ngaphandle kwemihlobiso, namakholomu, nezingubo ezibubende ezaziphezu kwamakhosi akwaMidiyani, namaketanga asezintanyeni zamakamela awo.
Uka jalj uñjjattʼäta