Ngalolo lusuku uNkulunkulu wamnqoba uJabhini, inkosi yamaKhanani, phambi kwabakwa-Israyeli.
AbAhluleli 4:24 - IsiZulu 2020 Isandla sabantu bakwa-Israyeli saya ngokuqina phezu kukaJabhini, inkosi yaseKhanani, baze bambhubhisa nya uJabhini, inkosi yamaKhanani. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Isandla sabantwana bakwa-Israyeli saqhubeka saba namandla njalo phezu kukaJabini inkosi yaseKhanani, baze bamqeda uJabini inkosi yaseKhanani. Contemporary Zulu Bible 2024 Isandla sabantwana bakwa-Israyeli saqhubeka saba namandla phezu kukaJabini inkosi yaseKhanani baze bamchitha uJabini inkosi yaseKhanani. |
Ngalolo lusuku uNkulunkulu wamnqoba uJabhini, inkosi yamaKhanani, phambi kwabakwa-Israyeli.
Ngalolo lusuku ngiyakumehlisela u-Eli konke engamtshela ngakho mayelana nendlu yakhe, kusukela ekuqaleni kuze kube sekugcineni.