Ngiyakubabuyisa kuwe bonke abantu. Uma ubulala oyedwa nje lo omfunayo, bonke abantu bayakuba nokuthula.”
AbAhluleli 4:22 - IsiZulu 2020 Wathi efika uBharaki exosha uSisera, uJayeli waphuma wayomhlangabeza, wathi kuye: “Woza ngizokukhombisa indoda oyifunayo.” Wayesengena ethendeni likaJayeli; wamfica uSisera edindilizile, efile, kunesikhonkwane enhlafunweni yakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bheka, uBaraki esamxosha uSisera, uJayeli waphuma ukumhlangabeza, wathi kuye: “Woza, ngikubonise omfunayo.” Waya kuye; bheka, uSisera wayelele efile, isikhonkwane sisesikhaleni sendlebe yakhe. Contemporary Zulu Bible 2024 Bheka, uBaraki esaxosha uSisera, uJayeli waphuma ukumhlangabeza, wathi kuye: “Woza, ngikubonise umuntu omfunayo.” Lapho engena etendeni lakhe, bheka, uSisera wayelele efile, isikhonkwane sisethempelini lakhe. |
Ngiyakubabuyisa kuwe bonke abantu. Uma ubulala oyedwa nje lo omfunayo, bonke abantu bayakuba nokuthula.”
Kodwa uJayeli, umkaHebhere, wathatha ngesandla sakhe isikhonkwane sethende nesando, wanyonyoba waya kuye esazunywe ngubuthongo, wasiphisela isikhonkwane enhlafunweni saze saphumela emhlabathini. Wayezunywe ngobukhulu ubuthongo, ekhathele. Wafa kanjalo-ke uSisera.
Ngalolo lusuku uNkulunkulu wamnqoba uJabhini, inkosi yamaKhanani, phambi kwabakwa-Israyeli.