U-Ehudi wayeselula isandla sakhe sasekhohlo wahosha inkemba yakhe eyayisethangeni lakhe lesokunene, wamgwaza ngayo u-Egiloni esiswini;
AbAhluleli 3:22 - IsiZulu 2020 inkemba yangena nesibambo sayo yaze yayophumela emhlane. Yambozeka emafutheni ngokuba u-Ehudi wayengazange ayikhiphe esiswini sika-Egiloni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE kwangena nesibambo emva kwenkemba, amanoni azungeza inkemba, ngokuba akayikhiphanga inkemba esiswini sakhe; yaphumela emuva. Contemporary Zulu Bible 2024 Umphini waso wangena emva kwenkemba; amanoni avala inkemba, ukuze angawukhiphi inkemba esiswini sakhe; kwaphuma ukungcola. |
U-Ehudi wayeselula isandla sakhe sasekhohlo wahosha inkemba yakhe eyayisethangeni lakhe lesokunene, wamgwaza ngayo u-Egiloni esiswini;
U-Ehudi waphumela emhubheni wavala iminyango yekamelo eliphezulu, wayihluthulela.