Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AbAhluleli 20:44 - IsiZulu 2020

Kwafa abayizi-18 000 bakwaBhenjamini, bonke kwakungamaqhawe anesibindi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Kwawa abantu bakwaBenjamini abayizinkulungwane eziyishumi nesishiyagalombili; bonke labo babe ngamaqhawe.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Kwawa kwaBenjamini amadoda ayizinkulungwane eziyishumi nesishiyagalombili; bonke babengamadoda anesibindi.

Uka jalj uñjjattʼäta



AbAhluleli 20:44
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

labo ababalwayo kubo, abesizwana sakwaBhenjamini, babeyizi-35 400.


USimakade wabanqoba abakwaBhenjamini phambi kuka-Israyeli. Abakwa-Israyeli babhubhisa amadoda akwaBhenjamini ayizi-25 100, wonke ayehlome ngenkemba.


Babazungeza abakwaBhenjamini nxazonke, babahubha, bababhuqabhuqa ngenkemba kwaze kwaba maqondana neGibheya, ngasempumalanga.


Lapho bephenduka bebalekela ehlane, edwaleni likaRimoni, kwacoboshiswa abayizi-5 000 emigwaqweni emikhulu. Baxoshwa kwaze kwaba seGidomi, kwabulawa izi-2 000 zabo.