badlula entubeni, ebusuku bahlala eGebha; iRama liyathuthumela, iGibheya likaSawule lithi galo yephuka.
AbAhluleli 19:13 - IsiZulu 2020 Yayisithi encekwini yayo: “Woza, masizame ukufinyelela kwenye yalezi zindawo, ukuze silale eGibheya noma eRama.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yayisithi encekwini: “Woza, sisondele kwenye yalezi zindawo; siyakulala eGibeya noma eRama.” Contemporary Zulu Bible 2024 Wathi encekwini yakhe: “Woza sisondele kwenye yalezi zindawo, silale eGibeya noma eRama.” |
badlula entubeni, ebusuku bahlala eGebha; iRama liyathuthumela, iGibheya likaSawule lithi galo yephuka.
“Bethani uphondo eGibheya, nishaye icilongo eRama; nihlabe umkhosi eBhethi Aveni nithi: Baphezu kwakho Bhenjamini!
iZela, i-Hahelefi, iJebusi okuyiJerusalema, iGibheya, neKiriyathi, kuyimizi eli-14 nemizana yayo. Lesi kwakuyisabelo sabozalo lukaBhenjamini ngokwemindeni yabo.
Kepha inkosi yayo yathi kuyo: “Asiyukuphambuka singenise emzini wabezizwe, okungesiwo owabakwa-Israyeli, kunalokho siyakuqhubeka siye eGibheya.”
Base bedlula, baqhubeka nohambo lwabo, ilanga labashonela beseduze neGibheya kwaBhenjamini.
USawule naye waya ekhaya eGibheya; amaqhawe ayethintwe nguNkulunkulu ezinhliziyweni zawo ahamba naye.