UDani uyoba yinyoka ngasendleleni, ihobosha emzileni eliluma izithende zehhashi, ukuze umgibeli walo awe nyovane.
AbAhluleli 18:22 - IsiZulu 2020 Kuthe sebekude nendlu kaMikha, amadoda ayesezindlini eziseduze nekaMikha abuthana, abalandela, abafica abakwaDani. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Sebekude nendlu kaMika abantu abasezindlini eziseduze nendlu kaMika babuthana, babafica abantwana bakwaDani. Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi sebekude nendlu kaMika, amadoda ayesezindlini eziseduze nendlu kaMika abuthana, abafica abantwana bakwaDani. |
UDani uyoba yinyoka ngasendleleni, ihobosha emzileni eliluma izithende zehhashi, ukuze umgibeli walo awe nyovane.
Abamemeza abakwaDani, baphenduka, base bethi kuMikha: “Kwenzenjani, usilandelelani nalesi sixuku, na?”