Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AbAhluleli 18:21 - IsiZulu 2020

Baphenduka bangena indlela, babeka phambili izingane, imfuyo, nempahla yabo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Baphenduka, bamuka, babeka izingane, nezinkomo, nempahla phambi kwabo.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Khona-ke baphenduka bahamba babeka phambi kwabo abantwana abancane nezinkomo nenqola.

Uka jalj uñjjattʼäta



AbAhluleli 18:21
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Liyeza i-Ayi, ledlula eMigroni; lethula impahla yalo eMikhimashi,


iHelikhathi namadlelo alo, neRehobhe namadlelo alo, imizi emine.


Inhliziyo yomphristi yathokoza, wathatha ingubo yamahlombe, netherafimi, nesithombe esibaziweyo, wangena emshungwini wabantu.


Kuthe sebekude nendlu kaMikha, amadoda ayesezindlini eziseduze nekaMikha abuthana, abalandela, abafica abakwaDani.


UDavide wayishiya impahla yakhe kumlindi wempahla, wagijimela empini, wabingelela abafowabo wababuza impilo.