Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AbAhluleli 18:16 - IsiZulu 2020

Amadoda angama-600 akwaDani ayehlome ngezikhali ema ekungeneni kwesango.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Abantu abangamakhulu ayisithupha bebhince izikhali zokulwa abangabantwana bakwaDani bema ngasesikhaleni sesango.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Amadoda angamakhulu ayisithupha, ayehlome izikhali zempi, angabantwana bakwaDani, ayemi ekungeneni kwesango.

Uka jalj uñjjattʼäta



AbAhluleli 18:16
3 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwaphuma amadoda angama-600 esizwana sakwaDani, eZora nase-Eshithawoli, ehlome ngezikhali zokulwa.


Baphambukela lapho, bafika endlini yensizwa yomLevi, endlini kaMikha, bayibuza impilo.


Lawo madoda ayisihlanu ayekade eyohlola izwe angena, athatha isithombe esibaziweyo, ingubo yamahlombe, itherafimi nesithombe esibunjiweyo. Umphristi wayemi ngasekungeneni kwesango namadoda angama-600 ayehlomile.