imingcele yayo yayisuka eSidoni ibheke eGera kuze kube seGaza, iye eSodoma, eGomora, e-Adima, naseZebhoyimu, ize ifinyelele eLasha.
AbAhluleli 16:1 - IsiZulu 2020 Ngelinye ilanga uSamsoni waya eGaza, lapho wabona isifebe, walala naso. IBHAYIBHELI ELINGCWELE USamsoni waya eGaza; wabona lapho isifebe, wangena kuso. Contemporary Zulu Bible 2024 USamsoni waya eGaza, wabona lapho isifebe, wangena naso; |
imingcele yayo yayisuka eSidoni ibheke eGera kuze kube seGaza, iye eSodoma, eGomora, e-Adima, naseZebhoyimu, ize ifinyelele eLasha.
I-Ashidodi nemizi nemizana yalo; iGaza nemizi yalo kuze kufike emfuleni eGibhithe, nasoLwandle Olukhulu nogu lwalo.
UJuda wadla iGaza nezindawo zalo, i-Ashikeloni nezindawo zalo, ne-Ekhroni nezindawo zalo.
AbaseGaza batshelwa ukuthi: “USamsoni ufikile lapha.” Bayizungeza indawo, bamlalela unyendle ubusuku bonke, esangweni lomuzi. Bathula ubusuku bonke, bethi: “Masilinde kuze kube nokukhanya kokusa, bese siyambulala.”