AbAhluleli 14:10 - IsiZulu 2020 Uyise wehla, waya kowesifazane, uSamsoni wenza idili lapho njengokuba izinsizwa zazijwayele ukwenza. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uyise wehla, waya kulowo wesifazane, uSamsoni wenza idili khona, ngokuba zazenze njalo izinsizwa. Contemporary Zulu Bible 2024 Uyise wehlela kowesifazane, uSamsoni walungisa khona ukudla; ngoba izinsizwa zenze njalo. |
Ukudla kwenzelwe ukwenama, newayini ukuba kuthakaswe, imali iyimpendulo yezinto zonke.
Umphathi wokudla ezwa amanzi aphenduke iwayini, kodwa engazi ukuthi livela kuphi, kepha izinceku ezaziwakhile amanzi zazi, wabiza umyeni.
Yayisithi kimi: “Loba ukuthi: ‘Babusisiwe labo abamenyelwe esidlweni somshado weWundlu.’ ” Yayisithi futhi kimi: “Lawo ngamazwi aqinisileyo kaNkulunkulu.”
Wazitapa ngezandla zakhe, waqhubeka ehamba edla. Lapho efika kuyise nonina, wabanika nabo badla, kodwa akabatshelanga ukuthi uju wayelutape esidunjini sengonyama.