amadodana kaNkulunkulu abona amadodakazi abantu ukuthi mahle, aziqokela abafazi phakathi kwawo.
AbAhluleli 14:1 - IsiZulu 2020 USamsoni wehlela eThimna, eselapho wabona enye yamadodakazi amaFilisti. IBHAYIBHELI ELINGCWELE USamsoni wehlela eThimna; wabona owesifazane eThimna wamadodakazi amaFilisti. Contemporary Zulu Bible 2024 USamsoni wehlela eThimna, wabona owesifazane eThimna evela phakathi kwamadodakazi amaFilisti. |
amadodana kaNkulunkulu abona amadodakazi abantu ukuthi mahle, aziqokela abafazi phakathi kwawo.
Kwakungesikhathi sakusihlwa lapho uDavide evuka embhedeni, wayesehamba ophahleni lwesigodlo sakhe. Wabona owesifazane egeza, lo wesifazane wayemuhle ngokwedlulele, ebukeka kahle.
“Ngenza isivumelwano namehlo ami, ngingayibuka kanjani intombi ngokukhanuka na?
bese uzungeza ngasentshonalanga eBhahala uye entabeni iSeyiri, wedlule ngasenyakatho yomthambeka wentaba iJeharimi okuyiKhesaloni, wehlele eBheth Shemeshi, wedlulele eThimina;
Ngokuba konke okusezweni; inkanuko yemvelo yomuntu, inkanuko yamehlo, ukuzigabisa ngalokhu kuphila, akuveli kuYise, kodwa ezweni.
UMoya kaSimakade waqala ukumsebenzisa ngesikhathi eseMahane Dani, phakathi kweZora ne-Eshithawoli.
Wayesenyuka, wabikela uyise nonina, wathi: “Ngibone owesifazane womFilisti eThimna; ngithatheleni yena abe ngumkami.”