Ingelosi kaSimakade yabonakala kuye elangabini lomlilo phakathi kwesihlahla. Wabona ukuthi isihlahla siyavutha, kodwa asipheli.
AbAhluleli 13:13 - IsiZulu 2020 Ingelosi kaSimakade yathi kuManowa: “Owesifazane makakulalele konke engimtshele khona. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ingelosi kaJehova yathi kuManowa: “Konke engakushoyo kowesifazane makakuxwaye. Contemporary Zulu Bible 2024 Ingelosi kaJehova yathi kuManowa: “Makagcine konke engikushilo kowesifazane. |
Ingelosi kaSimakade yabonakala kuye elangabini lomlilo phakathi kwesihlahla. Wabona ukuthi isihlahla siyavutha, kodwa asipheli.
UManowa wasukuma walandela umkakhe, wafika kulowo muntu, wathi kuye: “Ngabe uyilowo muntu owakhuluma kulo wesifazane, na?” Wathi: “Yebo, nginguye.”
Wayesethi uManowa: “Nxa sekwenzekile owakukhulumayo, iyakuba yini indlela yomntwana, uyakwenzani, na?”
Qaphela ukuthi ungaliphuzi iwayini nophuzo olunamandla, futhi ungadli lutho olungcolileyo,