Owesifazane wahamba wabikela umyeni wakhe, wathi: “Kufike kimi umuntu kaNkulunkulu, isimo sakhe sifana nesengelosi kaNkulunkulu, esabeka kakhulu. Angimbuzanga ukuthi uvelaphi, futhi akangitshelanga igama lakhe,
AbAhluleli 13:10 - IsiZulu 2020 Owesifazane wagijima ngokushesha watshela indoda yakhe, wathi: “Umuntu owabonakala kimi ngaleliya langa ubonakele futhi kimi.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Owesifazane washesha, wagijima, wayitshela indoda yakhe, wathi kuyo: “Bheka, ubonakele kimi lowo muntu owafika kimi ngolunye usuku.” Contemporary Zulu Bible 2024 Owesifazane washesha wagijima, wabikela umyeni wakhe, wathi kuye: “Bheka, ubonakale kimi lowo muntu obeze kimi ngolunye usuku.” |
Owesifazane wahamba wabikela umyeni wakhe, wathi: “Kufike kimi umuntu kaNkulunkulu, isimo sakhe sifana nesengelosi kaNkulunkulu, esabeka kakhulu. Angimbuzanga ukuthi uvelaphi, futhi akangitshelanga igama lakhe,
UNkulunkulu wamlalela uManowa, ingelosi kaNkulunkulu yabuyela kowesifazane ehleli ensimini, kodwa umyeni wakhe wayengekho lapho.