Emva kuka-Abhimelekhi kwavela uThola, indodana kaPhuwa kaDodo, umuntu wakwa-Isakhare ukuba akhulule u-Israyeli, owayehlala eShamiri kwelezintaba kwa-Efrayimi.
AbAhluleli 10:2 - IsiZulu 2020 Wehlulela u-Israyeli iminyaka engama-23. Wayesefa, wangcwatshwa eShamiri. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wamahlulela u-Israyeli iminyaka engamashumi amabili nantathu, wafa, wembelwa eShamiri. Contemporary Zulu Bible 2024 Wahola u-Israyeli iminyaka engamashumi amabili nantathu, wafa, wembelwa eSamiri. |
Emva kuka-Abhimelekhi kwavela uThola, indodana kaPhuwa kaDodo, umuntu wakwa-Isakhare ukuba akhulule u-Israyeli, owayehlala eShamiri kwelezintaba kwa-Efrayimi.
Emva kwakhe kwalandela uJayiri, umGileyadi, wehlulela u-Israyeli iminyaka engama-22.
Ngesikhathi abakwa-Israyeli besahlala eHeshibhoni nasemizaneni yalo, nase-Aroweri nemizana yalo, nakuyo yonke imizi emaqondana ne-Arinoni, iminyaka engama-300, awuyithathanga ngani ngaleso sikhathi, na?