uBheni Dekeri eMakhasi, eShahalabimi, eBhethi Shemeshi, nase-Eloni Bhethi Hanani;
AbAhluleli 1:35 - IsiZulu 2020 Ama-Amori aqhubeka ahlala entabeni iHeresi, e-Ayijaloni, naseShahalibhimi, kodwa abakwaJosefa bawacindezela kanzima ama-Amori, bawaphoqa ukuba abasebenzele. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha ama-Amori aphumelela ukuhlala entabeni yaseHeresi, nase-Ajaloni, naseShahalabimi; kodwa isandla sendlu kaJosefa sahlula, aze asetshenziswa. Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa ama-Amori ahlala entabeni yaseHeresi e-Ajaloni naseSaalbimi; |
uBheni Dekeri eMakhasi, eShahalabimi, eBhethi Shemeshi, nase-Eloni Bhethi Hanani;
nabantwana babo, ababesele ezweni, abakwa-Israyeli abangakwazanga ukubaqeda nya, uSolomoni wabenza izisebenzi eziyizigqila kuze kube yinamuhla.
Ngosuku uSimakade anikela ngalo ama-Amori ku-Israyeli, uJoshuwa wakhuluma noSimakade ephambi kwabantu bakwa-Israyeli wathi: “Langa, yima nse eGibheyoni, nawe nyanga, esigodini i-Ayijaloni.”
Ama-Amori acindezela isizwe sakwaDani ukuba sihlale kwelezintaba, awaze asivumela ukwehlela esigodini.
Umngcele wama-Amori wawusuka wenyukele phezulu emsahweni e-Akhrabhimi, eSela, wenyuke.