wambeka waba yinkosi, wabusa abakwaGileyadi, ama-Ashurimi, abaseJizreyeli, abakwa-Efrayimi abakwaBhenjamini, wabusa no-Israyeli wonke.
AbAhluleli 1:32 - IsiZulu 2020 kodwa abakwa-Asheri bahlala phakathi kwamaKhanani ayakhe kulelo lizwe, ngokuba abawaxoshanga. IBHAYIBHELI ELINGCWELE kepha ama-Asheri ahlala phakathi kwamaKhanani ayakhe kulelo zwe, ngokuba abawaxoshanga. Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa ama-Asheri ahlala phakathi kwamaKhanani ayakhe kulelo zwe, ngoba awazange awaxoshe. |
wambeka waba yinkosi, wabusa abakwaGileyadi, ama-Ashurimi, abaseJizreyeli, abakwa-Efrayimi abakwaBhenjamini, wabusa no-Israyeli wonke.
U-Asheri akazixoshanga izakhamuzi zase-Akho, ezaseSidoni, ezase-Ahelabhi, ezase-Akhizibhi, ezaseHelibha, ezase-Afiki nezaseRehobhi,
UNafethali akazixoshanga izakhamuzi zaseBhethi Shemeshi, nezaseBhethi Anathi, kodwa wahlala phakathi kwamaKhanani ayakhe kulelo lizwe; izakhamuzi zaseBhethi Shemeshi, nezaseBhethi Anathi baziphoqelela ukuba zibasebenzele.