U-Asa waphuma ukuba abhekane naye, wawahlela amabutho akhe esigodini eZefatha, ngaseMaresha.
AbAhluleli 1:17 - IsiZulu 2020 UJuda wahamba noSimeyoni umfowabo, banqoba amaKhanani ayehlala eZefathi, balicekela phansi. Ngakho-ke umuzi wabizwa ngokuthi yiHorma. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJuda wahamba noSimeyoni umfowabo, bachitha amaKhanani ayakhe eSefati, baliqothula. Igama lomuzi laliyiHorma. Contemporary Zulu Bible 2024 UJuda wahamba noSimeyoni umfowabo, babulala amaKhanani ayakhe eSefati, baliqalekisa. Igama lomuzi lathiwa iHorma. |
U-Asa waphuma ukuba abhekane naye, wawahlela amabutho akhe esigodini eZefatha, ngaseMaresha.
Ama-Amaleki namaKhanani ayehlala kulelo lezintaba ehla abashaya, abaqothula, abahlakaza bagcwala izinkalo kwaze kwaba seHorma.
USimakade walilalela izwi lika-Israyeli, wanikela kuye amaKhanani, bawaqothula nemizi yawo; igama laleyo ndawo kwathiwa yiHorma.
UJuda wathi kumfowabo uSimeyoni: “Yenyuka nami siye ezweni engilabelwe ukuze silwe namaKhanani, nami ngizohamba nawe ngiye ezweni owabelwe lona.” USimeyoni wayesehamba naye.