Wathi kuye: “Ngicela ungiphe isipho, njengoba ungibeke ezweni eningizimu, ngiphe futhi nemithombo yamanzi.” UKhalebhu wamnika imithombo esenhla nesezansi.
AbAhluleli 1:14 - IsiZulu 2020 Wathi lapho efika kuye, wamnxusa ukuba acele insimu kuyise. Lapho ehla embongolweni yakhe, uKhalebhu wathi kuye: “Ufunani, na?” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwathi ekufikeni kwakhe wamnxusa ukuba acele insimu kuyise; wehla embongolweni yakhe; uKalebi wathi kuye: “Ukhala ngani?” Contemporary Zulu Bible 2024 Esefikile kuye, yamncenga ukuthi acele kuyise isiqephu sezwe; uKalebi wathi kuye: “Ufunani na? |
Wathi kuye: “Ngicela ungiphe isipho, njengoba ungibeke ezweni eningizimu, ngiphe futhi nemithombo yamanzi.” UKhalebhu wamnika imithombo esenhla nesezansi.